Yini inkundla yokuxhumana kusuke kuchazwa izinto zokuxhumana eziyinkundla, okufana no facebook, linkedin, whatsapp, twitter njalo njalo. Ubuhle bezinkundla zokuxhumana ngendlela ubuchwepheshe zinhle izinkundla zokuxhumana ngoba uyakwazi ukufuna usizo khona uluthole, isibonelo, kufacebook kunamagroups abizwa nge ladies house amagroups lawo abantu besifazane uma omunye umuntu wesifazane eposa ethi unenkinga bayamsiza abanye. Amanye amagroups akhuluma ngokuchaza izisho nezaga abantu bayaposa bathole usizo ngaleyondlela zinhle kakhulu izinkundla zokuxhumana.
Ubuhle ubuchwepheshe ngoba izinto ziyashesha, uma ufuna ukuxhumana nomuntu kuba lula, isibonelo uyakwazi ukuthenga ithikithi lebhanoyi kwi internet, ufike sewugibela ibhanoyi, okusho ukuthi awuzoma kulayini esitolo ngakini ufuna ithikithi, uku apply ezikhungweni eziphakeme zemfundo sekwenziwa online awusadingi ukuyakhona uyocela ama forms uwapose, lezo izibonelo zobuhle bobuchwepheshe besimanje.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Grade 12 Matric whatsapp groups
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |